Creative Commons License Deed

Attribution-Noncommercial-No Derivative Works 3.0 Unported

Ukhululekile:

Ngaphansi kwale mibandela elandelayo:

  • Qaphela Umnikazi. Kumelwe uqaphele lo msebenzi ngendlela eshiwo umsunguli wawo noma umnikezi welayisensi (kodwa hhayi nganoma iyiphi indlela esikisela ukuthi bayakuvumela wena noma ukusebenzisa kwakho umsebenzi).

    What does "Attribute this work" mean?
    The page you came from contained embedded licensing metadata, including how the creator wishes to be attributed for re-use. You can use the HTML here to cite the work. Doing so will also include metadata on your page so that others can find the original work as well.
  • Awunakusetshenziselwa ezentengiselwano. Lo msebenzi ngeke uwusebenzisele izinjongo zezentengiselwano.

  • Akukho Msebenzi Ozosuselwa kulo. Ngeke ushintshe, uguqule, noma wakhele kulo msebenzi.

  • Uma uphinda uwusebenzisa noma uwusabalalisa, kumelwe wenze kucace kwabanye imibandela yelayisensi yalo msebenzi. Indlela engcono kakhulu yokwenza lokhu ukukwenza ngomgudu oholela kuleli khasi lewebhu.
  • Noma imiphi yale mibandela engenhla ingashintshwa uma uthole imvume kumnikazi welungelo lobunikazi.
  • Nothing in this license impairs or restricts the author's moral rights.
Umshwana Wokuzikhipha Emthwalweni
Umshwana Wokuzikhipha Emthwalweni

IMvume ye-Commons ayiyona ilayisensi. Imane nje iyinto ewusizo ongabheka kuyo ukuze uqonde iKhodi Yomthetho (ilayisensi ephelele) — iwuhlelo olungafundwa umuntu lwamanye amagama ayo ayinhloko. Cabanga ngayo njengohlelo olunobungane kolusebenzisayo oluneKhodi Yomthetho ngaphansi. Le Mvume ngokwayo ayibalulekile ngokomthetho, futhi ekuqukethe akuvele kulayisensi yangempela.

ICreative Commons ayiyona ifemu yomthetho futhi ayinikeze izinsizakalo zomthetho. Ukusabalalisa, noma ukubonisa noma ukuxhuma kule Mvume ye-Commons akwakhi ubudlelwano bommeli nekhasimende lakhe.

Ukusebenza kwakho ngokufanele namanye amalungelo akuthintwa nakancane okungenhla.

Loku ukufingqwa okungafundwa umuntu kweKhodi Yomthetho (ilayisensi ephelele).