UShabangu weseka oluphathelene nezimayini

2012-10-02 16:41

UNgqongqoshe woMnyango wezokuMbiwa Phansi uSusan Shabangu useveze ukuthi uzokweseka ukuqalwa kabusha kwezingxoxo ngamaholo abasebenzi.

Ningizimu Afrika

Ithi ifuna iqiniso i-AMCU

2012-10-02 16:41

IKhomishana kaFarlam ephenya ngalokho okwenzeka emayini iLonmin eseMarikana kuze kushona inqwaba yabantu, kumele iqinisekise ukuthi ibeka obala wonke amaqiniso.

Ningizimu Afrika

Uhambele amajele omhlaba uNdebele

2012-10-02 16:41

UNgqongqoshe woMnyango wezamaJele uSibusiso Ndebele uvakashele amajele aseCuba, Brazil naseMelika, ngenhloso yokufunda ukwenza kangcono emajele.

Ningizimu Afrika

Kuboshwe ababanjwe nezidakamizwa e-EC

2012-10-02 16:40

Amaphoyisa asebophe abantu ababili abasolwa ngokushushumbisa izidakamizwa, laba baboshwe beseMotherwell, kusho amaphoyisa aseEastern Cape.

Ezamabhizinisi

'Angeke kuhlomule muntu ngesamaloli'

2012-10-02 16:37

Ukungaphasi kwezingxoxo mayelana nesiteleka sabashayeli bamaloli athwala impahla, angeke kuhlomulise muntu, ngisho oyedwa, kusho abeCape Chamber of Commerce and Industry.

Izindaba Zami

Sihamba noKhaya - Umbono

2012-10-02 16:36

Abaningi sebeqalile ukukhipha zithebe, bahlela imicimbi yokubungaza ukuwina kukaKhaya Mthethwa, abakholwa wukuthi uzodla umhlanganiso kuma-Idols.

 

NGINGU GANDHI:  Izingane zaseNdiya zigqoke njengesishoshovu uMahatma Gandhi, ngesikhathi zilindele ukuqala kwemashi yokulwisana nodlame njengoba kugujwa ukuzalwa kukaGandhi, e-Ahmadabad, India. (Ajit Solanki, AP)

Umhlaba

Siyakhula esababaleka eSyria

2012-10-02 16:36

Kusukela ngoJuni, sesiphindaphindeke kwakathathu isibalo sabantu asebebaleke bashiya amakhaya abo eSyria, bayofihla amakhanda emazweni angomakhelwane.

Igumbi lokuvotela

Ngabe ulibona linjani ikusasa likaJulius Malema kwezepolitiki kulandela izigameko zakamuva?

Afrika

Izikhukhula sezibulale 148 eNigeria - Umbiko

2012-10-02 14:02

Izikhukhula kwelaseNigeria sezidlule cishe nemiphefumulo engu-148 zashiya abantu abangaphezulu kuka-64,000, besele dengwane, kusho inhlangano enikela ngosizo iRed Cross.

Ezemidlalo

Iyakhathaza eyokulimala kwabadlali - Igesund

2012-10-02 07:52

Umqeqeshi weBafana Bafana uGordon Igesund uthi ukulimala kwabadlali abanohlonze sekumphoqelele ekutheni enze ushintsho uma iqembu selidlala nePoland neKenya.

Ezokuzijabulisa

Ngangiqonywe kakhulu - Schwarzenegger

2012-10-01 12:03

U-Arnold Schwarzenegger usevumile ukuthi wayeqonywe kakhulu ngesikhathi eshade iminyaka engu-25 noMaria Shriver, kodwa ukukhulelisa umsizi wabo kwaba wubuwula.

Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C Scattered showers. More sun than clouds. Mild. Pta: 14-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 16-30°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-29°C Sunny. Warm. PE: 14-19°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...

Izinkomba

Rand/$ 8.37 -0.59%
Rand/£ 13.53 -0.88%
Rand/€ 10.83 -1.71%
Igolide/awunsi $1778.62 0.04%
Inkomba yezabelo zonke 36247.91 -0.06%