izindaba zami

Sihamba noKhaya - Umbono

2012-10-02 16:36

Abaningi sebeqalile ukukhipha zithebe, bahlela imicimbi yokubungaza ukuwina kukaKhaya Mthethwa, abakholwa wukuthi uzodla umhlanganiso kuma-Idols.

SA money

Zisixakile izikweletu - Umbono

2012-10-01 16:36

AbakwaNational Credit Regulator bathi abantu baxakeke kangangoba usuku nosuku bakhathazeka ngokungazi ukuthi bazothathani bahlanganise nani.

Sobe ngikhohlwe i-pin - Umbono

2012-09-28 15:48

Ucwaningo olukhishwe ngabakwaDataGenetics, eLondon luthi abantu abalinganiselwa ku6.2 million bakuleli lizwe, bayanqena ukucabanga kakhulu uma beqoka izinombolo ze-pin.

Jesus van Nasaret

UNkulunkulu owazi olokufa - Umbono

2012-09-26 16:21

Abantu abalinganiselwa ku-100 million bazobe sebeshonile ngo-2030 uma kuwukuthi umhlaba uyahluleka ukubhekana nenkinga yokuguquguquka kwesimo sezulu.

Zulu dancer

IZITHOMBE: Uphuthelwe wena obungekho!

2012-09-25 14:29

Gabigabi: Bekusindwe ngobethole ezindaweni eziningi ngempelasonto njengoba abantu beyisebenzise ukugubha uSuku lwamaGugu.

Abaningi bathemba iSwayi Swayi - Umbono

2012-09-21 16:30

Kuzojuluka indoda kubemnyama inkundla kusiphuke nezidindi kusasa ebusuku e-Orlando Stadium uma kugadulisana iSuperSport United neMoroka Swallows kowamanqamu we-MTN8.

Asizifuni izinkonkoni - Umbono

2012-09-20 16:20

Yize noma uMthethosisekelo wezwe uvumela abantu ukuthi bathandane nanoma ubani abamthandayo, izinkonkoni zisahlukunyezwa futhi abantu bayazizonda, kusho abe-HRW.

Rape survivor

Akufundiswe abazali - Umbono

2012-09-19 16:34

AbakwaChildline eKZN bathi sebeqala ukukhathazeka ngezigigaba ezithi abazali abasemaphandleni abadlwengulelwa izingane, bavuma ukuthengwa bathuliswe ngabadlwenguli.

Abamfuni oseqome kakhulu - Umbono

2012-09-17 16:35

Abe-www.SeekingArrangement.com babuze abantu ukuthi bancamela ukuthandana nomuntu oseke waba nophathina abangaki, abafundi basho uhlobo abaluthandayo.

Siyasethemba isinqumo sika-Igesund - Umbono

2012-09-13 15:21

Umqeqeshi weBafana Bafana uGordon Igesund useveze ukuthi uzimisele ngokushelela kuBafana uRicardo Nuno dos Santos Nunes no-Andrew Surman.

Kuyocaca phambili ngoDe Sa noBenni - Umbono

2012-09-11 15:20

URoger de Sa uthi ngeke abe nankinga ekusebenzisaneni nomgadli we-Orlando Pirates uBenni McCarthy kulandela isigameko abacishe babambana kusona ngamawashingi.

 

 

julius malema

Asinandaba noMalema - Umbono

2012-09-27 16:40

Kuningi osekukhulunyiwe ngodaba oluthinta uJulius Malema noMengameli wezwe uJacob Zuma, abanye sebeek baze baphakamisa ukuthi uMalema azijube ayoxolisa.

Uzobulalisa abantu uFacebook - Umbono

2012-09-25 14:29

Izikhulu zeFacebook ziyaphika ukuthi kwenzeke iphutha kwaputshuka imilayezo (inbox) yabantu yabhaleka obala, la kungabona khona wonke umuntu.

Anglo-Zulu-war-stories

IZITHOMBE: Umgubho wamaZulu eKapa

2012-09-24 12:01

Bekusindwe ngobethole, kukuhle kudeliwe ngesikhathi abantu abangamaZulu abahlala eKapa bekhethe ukuhlangana ukuze babungaze uSuku lwamaSiko.

Ziqhenye phela ntombi yakwethu!

2012-09-21 11:29

Ngiyintombazane esencane kepha kukhona esengikubonile ngafunda nokuthile, njengoba sigubha inyanga yamagugu ngithanda ukuthi nami ngiphefumule kancane.

white toilet

Liyanyanyisa leli thoyilethi - Umbono

2012-09-20 11:01

Ihhotela elithize eNew York linezindlu zangasese ezenza umuntu ongaphandle odlula ngendlela abone ukusuka nokuhlala kwalokhu okwenziwa ongaphakathi ethoyilethi.

Bathi uyagxambukela uMalema - Umbono

2012-09-18 15:57

Ngemuva kokuthi evalelwe ngamaphoyisa ngaphandle kwenkundla ebekuhlanganele kuyo abasebenzi basemayini, uJulius Malema uthe amaphoyisa asabise ngokumbulala.

School

Konakele kakhulu ezikoleni - Umbono

2012-09-14 15:21

Sekuphinde kwahlaselwa omunye uthisha phambi kwabafundi, kanti-ke lokhu sekushiye othisha basesikoleni esise-Eastern Cape bethuka izanya.

biko

Siyamhlonipha uBiko - Umbono

2012-09-12 15:17

Namhlanje kuphela iminyaka engu-35 umsunguli weBlack Consciousness Movement, uSteve Biko, ashonela ezandleni zamaphoyisa.

 HIV/Aids

Encike kokuningi eyabavalwa inzalo - Umbono

2012-09-10 15:18

Sekuvele imibiko yokuthi abantu besifazane abaphila negciwane lesandulela ngculazi sebevalwa inzalo ngaphandle kwemvume yabo kwezinye izibhedlela, kubika iDrum.

 
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C Scattered showers. More sun than clouds. Mild. Pta: 14-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 16-30°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-29°C Sunny. Warm. PE: 14-19°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...